KUNJALO-KE – ME Wanda
ISINGENISO Umyalezo yilokho umbhali asixwayisa noma aseluleka ngakho enovelini/yisifundo esitholakala uma sifunda inoveli. Umyalezo uchaza ukuthi umbhali ubehlose ukusazisani ngokubhala le ndaba. Umyalezo wale noveli uthi: Ukungabi nesimilo esihle kungaba nemiphumela engemihle empilweni yethu neyabanye abantu. UMZIMBA UDumazile Ukungabi nesimilo esihle kukaDumazile esemncane noma eseganile kwadala le miphumela engemihle elandelayo: • Ukuqoma uthisha uMoloi ebe eyingane yesikole okwaba nomphumela wokukhulelwa ingane kaMoloi nokuxabana noMisi Hlophe bebanga uMoloi • Ukuxoshwa kukaDumazile esikoleni kunomphumela omubi ngoba kugcina kuxabanise abazali bakhe. • Ukuqoma uSithole ngemuva kokuxoshwa nguMaNzimande emzini kaSithole kwagcina kunomphumela wokukhulelwa ingane kaSithole. • Ukuhlela isu lokushisa isitolo sikaSithole kwaba nomphumela wokuthi uSithole agcine esehlupheka ngoba umshwalense wala ukusikhokhela. • Ukuba nobudlelwano bezoc...
Comments
Post a Comment