New maths Question papers for 2019-2020 Get link Facebook X Pinterest Email Other Apps By Sandile MHlophe - September 29, 2021 We add a new maths PDFThe app now includes 2019 and 2020 PDF question papers and memos. Other subjects will be added soon and other grades will be added too.Thank you Get link Facebook X Pinterest Email Other Apps Comments
IMPI YABOMDABU ISETHUNJINI – JC Buthelezi By Sandile MHlophe - September 08, 2020 ISINGENISO Umyalezo yilokho umbhali asixwayisa noma aseluleka ngakho enovelini/yisifundo esitholakala uma sifunda inoveli. Umyalezo uchaza ukuthi umbhali ubehlose ukusazisani ngokubhala le ndaba. Umyalezo wale noveli uthi: Ukungawazisi umndeni wakho kuba nemiphumela engemihle empilweni yakho. UMZIMBA UBafana Ukuba yisifundiswa kukaBafana kwenza ukuba uBafana awubukele phansi/angawazisi umndeni wakhe. La maphuzu alandelayo akhombisa izinto ezenziwa uBafana ukungawunakekeli umndeni wakhe: • UBafana uxosha umalume wakhe kabuhlungu uma ezocelela izingane zikaLinono indawo yokuhlala. • Ukungazwani kukaBafana noPoppie kwenza u-Euthenasia eqe ekhaya. • UBafana akanasikhathi sezingane zakhe. • UBafana uba nomona ngokuzithuthukisa kukaPoppie ngokufunda umtshela nokuthi akayeke ukufunda. • Ukuhluleka kukaBafana ukubhekana nezinkinga zasemzini wakhe kwamenza walifulathela ikhaya. Umphumela wokungawazisi umndeni empilweni kaBafana: • Udlala izin... Read more
BENGITHI LIZOKUNA – NG Sibiya By Sandile MHlophe - June 09, 2021 BENGITHI LIZOKUNA – NG Sibiya Umbuzo: Xoxa ngempumelelo yombhali ekudluliseni umyalezo othi: 'Izinqumo esizithathayo ngempilo yethu zingaba nemiphumela engemihle empilweni yethu neyabanye abantu' ubhekise kulaba balingiswa: uMhlengi/Mahlengi, uNontobeko, uXolani, noNgidi kule noveli ethi, Bengithi Lizokuna. ISINGENISO Umyalezo yilokho umbhali asixwayisa noma aseluleka ngakho enovelini/yisifundo esitholakala uma sifunda inoveli. Umyalezo uchaza ukuthi umbhali ubehlose ukusazisani ngokubhala le ndaba. Umyalezo wale noveli umayelana nokuthi izinqumo esizithathayo ngempilo yethu zingaba nemiphumela engemihle kwabanye abantu nakithina uqobo. Ohlolwayo angasebenzisa la maphuzu alandelayo namanye amayelana nomyalezo kule noveli. Read more
UBHUKU LWAMANQE – EJ Mhlanga By Sandile MHlophe - June 09, 2021 Umlingiswa ongummeleli emdlaweni othi, Ubhuku lwamanqe. ISINGENISO Ummeleli ngumlingiswa oyiqhawe. Indaba yonke incike kuye. Yize engekho kwezinye izehlakalo kodwa ziyamthinta ngandlela thize. Indaba yonke imayelana naye. Ubhekana nenkinga ethile ashikashikeke ezama ukuyixazulula. Kuyenzeka aphumelele noma ehluleke. Read more
UniTut PDF By Sandile MHlophe - October 24, 2020 High school Question papers and memorandum This is an app that will give high school learners( grade 12 ) question papers and memorandums. All the papers here are from the department of education, from 2012-2017 check it out here Read more
2.2.1 the common ratio... June 2019 By Sandile MHlophe - February 16, 2022 2.2.1 the common ratio... June 2019 Read more
Comments
Post a Comment