Posts

Showing posts from June, 2021

UBHUKU LWAMANQE – EJ Mhlanga

 Umlingiswa ongummeleli emdlaweni othi, Ubhuku lwamanqe. ISINGENISO  Ummeleli ngumlingiswa oyiqhawe. Indaba yonke incike kuye.  Yize engekho kwezinye izehlakalo kodwa ziyamthinta ngandlela thize. Indaba yonke imayelana naye. Ubhekana nenkinga ethile ashikashikeke ezama ukuyixazulula. Kuyenzeka aphumelele noma ehluleke.

AWUWELWA UMNGENI – M Gcumisa

 Umlingiswa ongummeleli emdlaweni othi, Awuwelwa Umngeni. ISINGENISO  Ummeleli ngumlingiswa oyiqhawe. Indaba yonke incike kuye.  Yize engekho kwezinye izehlakalo kodwa ziyamthinta ngandlela thize. Indaba yonke imayelana naye. Ubhekana nenkinga ethile ashikashikeke ezama ukuyixazulula. Kuyenzeka aphumelele noma ehluleke.

Kudela Owaziyo - BP Maphumulo

 Umlingiswa ongummeleli emdlaweni othi, Kudela Owaziyo. ISINGENISO  Ummeleli ngumlingiswa oyiqhawe lomdlalo.  Indaba yonke incike kuye. Yize engekho kwezinye izehlakalo kodwa ziyamthinta ngandlela thize. Indaba yonke imayelana naye. Ubhekana nenkinga ethile ashikashikeke ezama ukuyixazulula. Kuyenzeka aphumelele noma ehluleke. 

BENGITHI LIZOKUNA – NG Sibiya

 BENGITHI LIZOKUNA – NG Sibiya Umbuzo: Xoxa ngempumelelo yombhali ekudluliseni umyalezo othi: 'Izinqumo esizithathayo ngempilo yethu zingaba nemiphumela engemihle empilweni yethu neyabanye abantu' ubhekise kulaba balingiswa: uMhlengi/Mahlengi, uNontobeko, uXolani, noNgidi kule noveli ethi, Bengithi Lizokuna. ISINGENISO Umyalezo yilokho umbhali asixwayisa noma aseluleka ngakho enovelini/yisifundo esitholakala uma sifunda inoveli. Umyalezo uchaza ukuthi umbhali ubehlose ukusazisani ngokubhala le ndaba. Umyalezo wale noveli umayelana nokuthi izinqumo esizithathayo ngempilo yethu zingaba nemiphumela engemihle kwabanye abantu nakithina uqobo. Ohlolwayo angasebenzisa la maphuzu alandelayo namanye amayelana nomyalezo kule noveli.